Mali Eningi Lyrics by BIG ZULU


Asiyidleni lemali siyosebenza enye imali
Asiyidleni lemali
Siyosebenza enye futhi

Ngifisa ukuba nemali eningi
Wallet yam iqumbe
Khanda lami lidume
Ngisa funa ukudl’inyama eningi
Ngike ngikhohlwe amadumbe
I-menu bo bangibuze
Ngifisa ukuba nemali eningi
Wallet yam iqumbe
Khanda lami lidume
Ngisafuna ukudl’inyama eningi
Ngike ngikhohlwe amadumbe
I-menu bo bangibuze

Shuni’wenkabil
Siyidlen lemali
Big zuu unenkani
Ubomsab’ungamazi
Somatekisi onemali
Khohlwa nje mfana ungayigali
Noma engak’thuka ungamnaki
Phеthe loshun weyinkabi
Vel’uxolisе nge stofisi
Sik’uphike ungipipise

[Big Zulu]
Kuhlanya iyngane bayimise
Khiphi’sandla basikhise
Bathi zulu awphuume sikuthinte
Usuyasicheza awehli
Bhek’umswenko ngipakishile
Shiy’intombi zikikiza
Ngfika senginarumba namabhinca
Thath’intombi mfana ngingemgila
Khala nge selfie ngigay’inigga
Wakhuza wababaza yamphilka
Yamnikez’iphone yathi shayi picture
Babe unehaba maan hay qina
Bekh’u brentwood dal’uyabiza
Yengen’emotweni intmbi yamshiya

Ngifisa ukuba nemali eningi
Wallet yam iqumbe
Khanda lami lidume
Ngisafuna ukudl’inyama eningi
Ngike ngikhohlwe amadumbe
I menu bo bangibuze
Ngifisa ukuba nemali eningi
Wallet yam iqumbe
Khanda lami lidume
Ngisafuna ukudl’inyama eningi
Ngike ngikhohlwe amadumbe
I menu bo bangibuze

[Riky Rick]
Ok let’s do it like this... eish!
I need money trees and summer breeze
Lot of cheese, Louis V’s and double G’s
Overseas with Thuli P’s and Nanthi B's
Black cards with credit limits that's guaranteed
Ngemali (Ngemali) Enigingi (Enigingi)
I think a lot of my brothers is all I need (Is all I need)
Let’s throw a party my brothers it’s all on me (It’s all on me)
Follow me (Follow me)
It’s all on me (It’s all on me)
Cause Ferraris and Lambos is all I see
Combinations just landed from ltaly
Cottonators and Bhincas and VIP
It is all on me, it’s all on me

Ngifisa ukuba nemali eningi
Wallet yam iqumbe
Khanda lami lidume
Ngisafuna ukudl’inyama eningi
Ngike ngikhohlwe amadumbe
I menu bo bangibuze

[Intaba Yase Dubai]
Ngfis’ukuba nemali
Ngike ngidakwe ngingalau
Umfazi ngingamnaki
Mayefowna ifoni ngingayibambi
Ngike ngihambe ngingazezi
Ngi spende ngingasabi
Keep the change nje ungayixaki
Ngi brush’inkom ngingayilabi
Ashu, sispenda amaDollar
Asithandani siyajola
Ungatatazeli uzoyimosha
Ufun’imali uzoyithola
Usuyfak’inzipho uyazibona
Sidl’imali uyabhora
Ngiphath’iyntombi zomjolo
Zingidlala njengebhola
Siyahamba siyobuya kusasa
Sayibamba kuyophumi’langa
Inkabi isiphethe isaka
Loshui usuxake umhlaba
Ihlanya mayiphethe isamba
Mayisthuka isithanda nhlamba
Mzingeli sesiphethe intaba
Haw tito mboweni sha sha
Inkabi ibaganda nge carvella
Ikati elimnyamna lise hostela
Khipa lemali ulgongela
Sebenz’enye biz’ibhodlela
Spend’ungasabi zizosondela
Zishaye kancene zichobozela
Bhula ngemali dokotela
Usaba lentombi bamb’ikhandlela

Ngifisa ukuba nemali eningi
Wallet yam iqumbe
Khanda lami lidume
Ngisafuna ukudl’inyama eningi
Ngike ngikhohlwe amadumbe
I-menu bo bangibuze

Asiyidlenil lemali siyosebenza enye imali
Asiyidleni lemali
Siyosebenza enye futhi


About Mali Eningi

Album : Mali Eningi (Single)
Release Year : 2020
Added By : Farida
Published : Nov 24 , 2020

More BIG ZULU Lyrics

BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2021, We Tell Africa Group Sarl