BIG ZULU 150 Bars cover image

150 Bars Lyrics

150 Bars Lyrics by BIG ZULU


Ay inkabi nation manje ngeke ngibingelel
Senizongithola ngaphakathi ngiginqa indoda ingalildele
Ibhekane nenkabi ngeke iphume ingalimele
Ithi izo save ihip hop, iy’ saver njani nayo iy’fele
Inkabi ingaphakathi ayibingeleli ayisaqoqothi
Umfan’ uyodlala nowabo ushun wenkabi awusatotosi
Ng’khule iy’nsizwa ziboshiwe kulelizinga asisankonkothi
Nina ni jwayel’ ipiano la kusho ihip hop as’kokodi
Woz’enkab’ mawufuna ibeef uzofika itafula lidekiwe
Uhlale wazi may’ ngakuhlula uzophuma ingozi sik’gpemile
Uthi sibonela kuwe upheth’ igame usudakiwe
Family tree ishalahla sensangu, yin’engathi usubhemile
Okay angiqale ngawe ngoba ngathi usayuspeeda
Usese mncane mufasa kim’awuhlukile no samba
Ay’khale may’khala lakim’ akekho ozongithinta
Kule industry sengi famous ngiwu nkulunkulu niyangidumisa
Uxolo ma nobaba ang’soze ngathuka ifamily
Kuleli hlathi ngiwuthazane ngisadlala namabhubesi
Ngiqinisa abafana sebenomqondo wama thekeni
Ama los (…) komrapper iskinny jean sekunokuvela iphenti
I’m zulu man with the power angisakhulum ngo nasty c
Iflow kimi itotal komrapper kukhuphuka ibp
Akekho ongang’ thinta ningangitsheli ngo stogie t
Imercedes isentanteni kodw’ ama garage aempty
Hip hop iphethwe inkabi usoma tekisi ithini iclock
Nijuthwa ifacebook no tweeter bathi nidumile ko tik tok
Nikhuluma kakhulu ngathi ninokugqoka iy’kinny top
Kukhon’ obhadalelwa ukushaywa nikwala kamnand’ njengo slik talk
Ubani ustogie t uye wenzani savuka sezwa
Umkhonto kim usesandleni isdudla ngis’ shiya siphethe inxeba
Ngidla amabars ung’dlela umona ingulube inginonele
Isdudla sinokufana nebhola, I wouldn’t mind ukuk’ khahlela
Kunzima ukufica inkabi bafana sekuyakhuphukela
Sikhipha amahit everyday anofika sonicobelela
Bhayiziswa amacomment angabe nje niya
Concentrater ngoba igame ibuzwa kim engathi
Kuhip hop ngiyicommentator
Nithi uzulu akasarap, kanti nikhuluma amanga
Ngaqala ukurapper nibancane, nanisathi inyam’ inama
Indlala ibanga ulaka kant ulaka lubanga indlala
Sinemali eningi siye Dubaï 3.7 ukubona intaba
Ngikhuluma lezindaba ngoba akekho engimsabayo
Angibuze ukhona ogolozayo noma  nje ongigolombayo
Ngeke nibhekane nami nonke nje nizingane ey’khasayo
Bathi nigly ngibon’ iy’ mpiko ngathi nibaningi eniphaphayo
Ngiphendule irap irenk ukhona ofuna ukuthini
Ngigasha ucassper nokwesta ntambama ngifuna ichecking
Usomatekisi onemali vele nginemali eningi
I’m ambicious and hungry, ngilamba ngidle ama artist
Yanzima lendaba inkabi ibulala amajaha
Akekho ongngithinta ngeke umthinte umuntu umsaba
Kwakhala umadala wathi la kushuni akudlalwa
Ulambile ufuna ibeef enkabi asinayo ideal yendlala
Ushuni wenkabi awuncengi, nginiqonda nqo anginincengi
Maningazwanga ukuthi ngithini anosondela nje anginihlebi
Iblukwe istallemnt alingixegi inaba yo skrr skrr
Angiyi ngeni
I100K iperformance ningangitsheli ngabo 25K
Hip hop will die when you say so, you will die when I say so
Kufa kwakho kuya trenda ngathi icala lakasenzo
R.I.P king pro, ricky rick makhado
Angidlali when it’s cash time ngakubheka uthola ik.o
Mina ngiyinkalakatha ushuni wenkabi inxakancaka
Basukele ingadlangadla iskhondlakhondla inyakanyaka
Wena K.O uyiqhakaqhaka, ngakucela iefature wangishayashaya
Ngakugcina ythatha iz’ngane zeskole wawudume ngecaracara
Wena stogie T lana asikho eover seas
Naleslungu sakho esingapheli ungaidalei isphithiphithi
Omunye ngamcela ifeature wathi ngiyabanda ngindikindiki
Bheka manje ubanda mpo wagcina ihit nge tsikitsiki
Bafana nigcwele ukuphapha ozongiphendula ngidonsa impama
Ningangitsheli ngeshukuphuku unota anginaso iskhathi sohlanya
Akaphilile loyo ekhanda angasukela inkosi yohlanga
Ufuna ibeef ngikunika inkomo engakadliwa ngathi eyentombi yomhlanga
Manje ngisese underground, inkabi isakhothwa ngamadlozi
Khuza om’rapper amagolddigger ngisengaba gubhela umgodi
U-AKA nok.O ngagcina nithi ni runner ijozi
Nigijimaphi ngoba asini boni, kwaphela icombrate marathon
Hip hop ikude ukufa mangisasekhona
Ikude ukuphupha am’rapper ngibalalisa phansi
Sweetdream bakude ukuvuka ngi underground ngikude ukubuya
Iflow imanzi bakude ukuvutha ngivala ngamabars ngeke kuloot’we angiyena uzuma
Sengiqedile nge old school ngingena kunew school wena

Watch Video


About 150 Bars

Album : 150 Bars (Single)
Release Year : 2022
Added By : Farida
Published : Aug 24 , 2022

More BIG ZULU Lyrics

BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU

Comments ( 0 )

No Comment yet



About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2023, We Tell Africa Group Sarl