BIG ZULU A Tribute to our Friend & Brother ( Lala Ngoxolo ) cover image

A Tribute to our Friend & Brother ( Lala Ngoxolo ) Lyrics

A Tribute to our Friend & Brother ( Lala Ngoxolo ) Lyrics by BIG ZULU


As ng'cula lengoma 
I know where you belong 
With a smile on your face

Mdali wam ayaphela amandla
Kubuya zonk' insuku nginawe
Mdali wam ayaphela amandla
Kubuya zonk' insuku nginawe

Lezonyembezi aziweli phansi
Qina bezekela, uJesu uyakuzwa
Kuyenyukela ngath' uyahluleka 
Wena bekezela, wena qinisela 

Oh mama, Kub'hlungu baba
Amanxeba egobhoz' igazi 

Baba s'hlabelela
K'leIndustry umngan us'lahlekele
Inzondo usathan' usabalele
Haleluta, as'cule sihlabalele
Igazi nonoya usikelele
Umhlab' unenzondo uwthethelele

Haw baba syacela uskhusele
Aw, nkosi mmukele
Masango ezulwin 'umvulele
Haw leyongelosi us'gcinele
Aweth' amaphupho ashabalele
Cela sikhuleke

Mdali wam ayaphela amandla
Kubuya zonk' insuku nginawe
Mdali wam ayaphela amandla
Kubuya zonk' insuku nginawe

Lezonyembezi aziweli phansi
Qina bezekela, uJesu uyakuzwa
Kuyenyukela ngath' uyahluleka 
Wena bekezela, wena qinisela 

Oh mama, Kub'hlungu baba
Amanxeba egobhoz' igazi 

Mhlaba awnoni
Us'phuca amaciko ethu
(Us'phuca amaciko ethu)

Inhliziyo yam ithwele kanzima
Ngizibuz' imibuzo
Engenayo impendulo
Ngabe kutheni na?
Aw ngabe kungani na?

Ulale ngok'thula qhawe lakithi
Uphumule ngoxolo
Uy'bekile induku ebandla
Inkos' ikwamukele
Indlela yethu sonke le

Uphumule ngoxolo
Uy'bekile induku ebandla
Ulale ngoxolo oh

Mdali wam ayaphela amandla
Kubuya zonk' insuku nginawe
Mdali wam ayaphela amandla
Kubuya zonk' insuku nginawe

Lezonyembezi aziweli phansi
Qina bezekela, uJesu uyakuzwa
Kuyenyukela ngath' uyahluleka 
Wena bekezela, wena qinisela 

Oh mama, Kub'hlungu baba
Amanxeba egobhoz' igazi 

Kelxfy

About A Tribute to our Friend & Brother ( Lala Ngoxolo )

Album : A Tribute to our Friend & Brother ( Lala Ngoxolo ) (Single)
Release Year : 2022
Copyright : (c) 2022
Added By : Huntyr Kelx
Published : Feb 26 , 2022

More BIG ZULU Lyrics

BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU

Comments ( 0 )

No Comment yet


Kelxfy

About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2022, We Tell Africa Group Sarl