BIG ZULU Ivolovolo cover image

Ivolovolo Lyrics

Ivolovolo Lyrics by BIG ZULU


Ang’zanga ngokulwa mina ntombi, no no no
Ng’zofun uthadooo
Ang’zanga ngokulwa mina ntombi, no no no
Ng’zofun uthadooo

Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo mama
Unevolovolo mah
Manje ngyasaba eeh
Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo mama
Unevolovolo mah
Manje ngyasaba eeh
Manje ngyasaba woololo

Uuubabakh’ une volovolo
Ngizwa bem’biza ngongondonqondo
Mina ngyayisaba inganono
Ngizcelel’ ushwele ay no no
Mina ngiz drivela impolompolo
Kodwa aginalutho ngine bhokobhboko
Uthi uzong’ chitha ubuchopho
Yena uz’funela iy’komo
Baba ngyayi thanda ingane yakho
Mina ngieom’shada umtanakho
Baba angiyi’thandi inxabano
Shwele nje xola ang’nampakamo

Ang’zanga ngokulwa mina ntombi
Ng’zofun uthadooo
Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo mama
Unevolovolo mah
Manje ngyasaba eeh
Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo mama
Unevolovolo mah
Manje ngyasaba eeh
Manje ngyasaba woololo

Kini bayang zonda
Babakho uyang’xosha
Uthi uzongxoba
Ngoba ang’nankomo
Mina nawe dali sefela amaweni
Sofa silahlane sithandan emfuleni
Silala sibambene nasema libeni
Isbusiso so’ gogo s’yosala exhibeni
Kusempondo zankomo singibel uloliwe
Kwandonga ziyaduma siyo’lala sbaliwe
S’kes’shawe umoya opholile
Ubabakho sombona sobuya ekhohliwe

Ang’zanga ngokulwa mina ntombi
Ng’zofun uthadooo
Manje ngyasaba eeh
Ang’zanga ngokulwa mina ntombi
Ng’zofun uthadooo
Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo mama
Unevolovolo mah
Manje ngyasaba eeh
Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo mama
Unevolovolo mah
Manje ngyasaba eeh
Manje ngyasaba woololo

Kelxfy

About Ivolovolo

Album : Ivolovolo (Single)
Release Year : 2022
Added By : Farida
Published : Feb 18 , 2022

More BIG ZULU Lyrics

BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU
BIG ZULU

Comments ( 0 )

No Comment yet


Kelxfy

About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2022, We Tell Africa Group Sarl