Vuma Dlozi Lyrics by BIG ZULU

Kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon’ usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Ngokuphumelela kwami, ngathol’ amazondo nganilaya
Ekuhluphekeni kwami, ngashiya nogogo ngakhala
Aw ngivikele dlozi lami, ngiy’nkabi ngingqingqo nginganixaka
Awu xola sitha sami, ngathatha nendondo nayisapha
Thokoza gogo, lempumelelo kodwa singifakele izitha
Ngahlomil’ indondo, ngokuphokophela ngezwa sekuhkonkoth’izinja
Ngaziphonsel’ ithambo zaxabana zodwa, wenkabi bokhuza amadika
Ngadons’ ubrentwood ngangena kwingezo, ezami ngaziphonsela ipizza
Onkabi inganigila, ngaybiza nabhimba
Ngazibiza ngenkabi, nazibiza ngenkabi, bafana nganidida
Ngoshuni nginganixina, ngenduku nginganidinda
Ngazigubhel’ umgodu, bangilethel’ isdumbu, ngavele ngasigqiba

Kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon’ usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Shwele makhosi, ngizwa ngiyasindwa naz’ izitha zingilandela
Isihlalo sobukhosi, lesi siyashisa gobel’ ungiivulel’ indlela
Ngivikele dlozi, ngiphephise kwizitha, gogo ke ungishisele impepho
Angilwi neyngane, mfana usemncane igazi lingakfinyisa ikhehla
Ngihamba ngophondo, yebo inkabi inendondo
Nginibukela phansi ngodhuni wenkabin ngaligqobha lezozo
Loshuni owendlondlo, yebo umkhaya unenzondo
Ngambuyisela emuv’ nMafikizolo ngadlal’ 2Bob
Kuvumil’ idlozi, udubile udoti ningangitsheli inkabi inganilanda
Bavumile ayihloli, ivuyil’ indoni nalentomb’ iyangithanda
Bagugel’ eGoli, babuyile aniboni nibatshele bandlane ngizolala
Bachoma ngekhekhe, ngazicelela inkomo notshwayi
Ngavele ngayihlaba

Kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon’ usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Ngizofika sebedubile
Ngizoyibiza sebevukile
Lenkabi sebeyivumile
Yangena baybiza uBadumile
Ngizogeza qebegezile
Ngenduku sebeguqile
Bacutha ngemkhonto ke baphel’ am
Inkabi kad’ idlulile
Ngazalwa ngabikwa nashiywa
Ngabamba zaqina nganixina
Nganfaka esbayenin nganiqibel’ inyama
Nakhala ngeyinzipho ngankhipha
Ngagadla nganithinta nalila
Ngathatha ngakhipha ngakhwifa
Nganinik’ uBrentwood nachamel’ isoka
Washayi los gaat ngamkhipha
Ungangisheli ngo skrr skrr, inkabi ayini feeli
Bakhul’ eslungwini, bachamel’ endlini ngengezo abazithinti
Ezami abayfici, baqhathwa noshuni bakhulum’ islungu
Tolika bathini

Kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon’ usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Watch Video

About Vuma Dlozi

Album : Vuma Dlozi (Single)
Release Year : 2020
Added By : Farida
Published : Aug 26 , 2020

More BIG ZULU Lyrics

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl