SIMMY Konke  cover image

Konke Lyrics

Konke Lyrics by SIMMY


Lalela, qhubeka
Ng'yatshela noma kanje ma izosuka
Lalela, qhubeka
Kukude emuva, kuseduze phambili

Gibela phez'kwendlu, ubatshele
Ukuthi uvukhile, ukuthi uphushile kwavuma
Gibela phez'kwendlu, ubatshele
Ukuthi uvukhile, ukuthi uphushile kwavuma

Konke okuk' funayo kuphelele lana, hey
Impilo ikhona wena ukhala ngani?
Kululeka konke k'hamba kahle
Oh, ngithi konke okuk' funayo kuphelele lana, hey
Impilo ikhona wena ukhala ngani?
Kululeka konke k'hamba kahle

Is'khathi sakhona, wena wenzani
Sondela mufuna uk'ba happy
Is'khathi sakhona, wena wenzani
Woza sibe mnandi, hey mngani

Gibela phez'kwendlu, ubatshele
Ukuthi uvukhile, ukuthi uphushile kwavuma
Gibela phez'kwendlu, ubatshele
Ukuthi uvukhile, ukuthi uphushile kwavuma

Konke okuk' funayo kuphelele lana, hey
Impilo ikhona wena ukhala ngani?
Kululeka konke k'hamba kahle
Oh, ngithi konke okuk' funayo kuphelele lana, hey
Impilo ikhona wena ukhala ngani?
Kululeka konke k'hamba kahle

Konke k'hamba kahle
Konke okuk' funayo kuphelele lana, (Okufunayo) hey
Impilo ikhona wena ukhala ngani?(Lalela, lalela)
Kululeka konke k'hamba kahle (Ey kuhamba kahle)
Oh, ngithi konke okuk' funayo kuphelele lana, hey(Okufunayo)
Impilo ikhona wena ukhala ngani?
Kululeka konke k'hamba kahle

Wen'ukhala ngani, Wen'ukhala ngani
Lalela, lalela
Oh yeah

Konk'okufuna, konk'owufunayo

Translate to English

Kelxfy

About Konke

Album : Tugela Fairy (Made of Stars) (Single)
Release Year : 2020
Copyright : (c) 2021
Added By : Huntyr Kelx
Published : Sep 22 , 2021

More lyrics from Tugela Fairy (Made Of Stars) album

More SIMMY Lyrics

Comments ( 0 )

No Comment yet


Kelxfy

About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2022, We Tell Africa Group Sarl