SIMMY Hamba Ngifike  cover image

Hamba Ngifike Lyrics

Hamba Ngifike Lyrics by SIMMY


Aw bathi lapho eFerry ukhona
Kungcono ngibuyele ekithi
Ah, ngiyohamba ngifike
Eh, nase thaweni ngath'ukhona
Ngoye ngijike khona
Uyaz' ngiyohamba ngifike
Ngaze ngahlanzwa nge dela, ngiy'hamba
Ng'yahamba ijuba lika Noah itheza
Oh mina ngithi ngahlanzwa nge dela, ng'y hamba
Ngyahamba ijuba lika Noah itheza

Ngamane lishone, angabo lahl' ithemba
Kuyoba ngathi ngihliswe nguwe
Kungcono lishone, hay' angibonanga
Ngiyoba ngathi ngidliswe nguwe

Nase Zinyoka, bath' ukhona
Mandi fiki yapho, usand'uhamba
Ndahlul' eMonte bathi ukhona
Soze ndijike ndilapha, ndizokulind'ufike
Ndathi qina, dadewethu
Ndiziyala into engenasphelo
Kodwa inkali azivuma
Ndathi gcina, dadewethu
Ndoyik' udideke ndisiyala into еngenasphelo
Kodwa inkali azivuma

Ngamane lishonе, angabo lahl' ithemba
Ngiyoba ngathi ngihliswe nguwe
Kungcono lishone, hay' angibonanga
Ngiyoba ngathi ngihliswe nguwe

Watch Video

About Hamba Ngifike

Album : Tugela Fairy (Made of Stars) (Single)
Release Year : 2020
Copyright : (c) 2021
Added By : Huntyr Kelx
Published : Sep 22 , 2021

More lyrics from Tugela Fairy (Made Of Stars) album

More SIMMY Lyrics

Comments ( 0 )

No Comment yet



About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2024, We Tell Africa Group Sarl