Ngibambe La Lyrics by MTHUNZI

Hhaw yini yini

Yini le ethi ncam ncamu lomshini uyakhuluma
Ndikthanda nyanʼnyani wena ungabuza uma
Yini le ethi ncam ncamu lomshini uyakhuluma
Ndikthanda nyanʼnyani wena ungabuza uma

Waykitaza imizwa yami Hhaw
Wazkhathaza izitha zami weee
Wawkhulula umoya wami hhhaw
Wayphumuza ingqondo yami
Yeeela Yelaye

Wonke amajita afuna ukʼhamba nawe
Kodwa sobabili syazi ulubambo lwam
Wonke lamadoda afuna ukʼhamba nawe
Kodwa sobabili syazi ulubambo lwam

Ngithi mina ke
Ngithi Hhaw Ngibambe la aaahha weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la
Ngibambe la Ngibambe la

Yazi umoya wam uyavuma
Nenhliziyo yam ithanda wena wedwa
Koda ismanga umxhwele wami ulimele wo
Hhaw sengiqala neskhwele simile eceleni kwenhliziyo

Waykitaza imizwa yami Hhaw
Wazkhathaza izitha zami, weee
Wawkhulula umoya wami hhhaw
Wayphumuza ingqondo yami Yeeela Yelaye

Wonke amajita afuna ukʼhamba nawe
Kodwa sobabili syazi ulubambo lwam
Wonke lamadoda afuna ukʼhamba nawe
Kodwa sobabili syazi ulubambo lwam
Ngithi mina ke Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la
Ngibambe la Ngibambe la

 

Watch Video

About Ngibambe La

Album : Selimathunzi (Album)
Release Year : 2020
Copyright : (c) 2020, Universal Music
Added By : Afrika Lyrics
Published : Aug 16 , 2020

More MTHUNZI Lyrics

MTHUNZI

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl