Isiginci Lyrics
Isiginci Lyrics by MDUDUZI NCUBE
Shwele!!
Kukhal'isginci sakho enhlizweniyami
Umasumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon'ubuhle bakho ikhanda lizule
Kodwa k'vele kuthi huu uma ng'cabanga ndithand' intombenhle kangaka
Sengicabangile mina ngiyosebenza
Wangenz' umuntu ungibona mna ngyakthanda
Wangenz' umuntu undibona mna ndiyakthanda
Khaw'tshel umama no baba inkomo zikhona (Zikhona, zikhona)
Seng'shoda ngawe sthandwa sami ngibe yindoda
Akekh' omuny' onothand' olunjena
Nguwe wedwa sthandwa sam' enhlizweni yami
Anginamali futh' anginakarri
Kodw uthando lwami luyohlala luhlezi kuwe
Yingakho ngithi kukhal' esakho isiginci enhlizweni yami
Nengqondo yam' ihlal' icinga ngawe (Mhh)
Kukhal' isginci sakh' enhlizweni yami
Umasumamatheka ngivele ngzule
Ndibon' ubuhle bakho ikhanda lizule
Kodwa kvele kuthi huuuma ng'cabanga ng'thand' intombenhlekangaka
Sengicabangile mina ngiyosebenza
Wangenz' umuntu ungibona mna ng'yakthanda
Wangenz' umuntu ungibona mna ng'yakthanda (Mhh)
Olwenkawu gegelagege nongenankom' uyayidl' inyama
Sizala abantu kodwa siqom' izinyamazane
Ay'nabhas'kidi khuz'emakethe sphalaphala
Aawuuu ndon' yamanz' ang'namagama
Bathi mntanomuntu yaz mangik'bheka kuthi huu
Nhliziy' igcwal uthand' ivel ishaye ithi guu
Shhh ungatshel abant ungayithi vuu
As'khohlwe onondab' mabakhulum' akuthi shu
Ngilos' yami oh themba lami bambo lwami
Mntanonomuntu, spononosami ulaviwami
Swithi wami, nhliziyo yam' udali wami
Ngak'biza ngawo wonk' uthanda liph'
Nkanyezi yami Imizwilili nhliziyo yam' ikhal' isginci
Sizwa wena wedwa nci,nci,nci asiy'bhimbi
My heartbeat uyaz wen kuthand is'ngisi
Ushuni wenkabi i rap woza
Mduduzi akukhal' isginci
Kukhal' isginci sakho enhlizweni yami
Umasumamatheka ngivel' ng'zule
Ngibon' ubuhle bakho ikhand' lizule
Kodwa k'vele kuthi huu uma ng'cabanga ngthanda intombenhlekangaka
Sengicabangile bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu ungibona mna ngyakthanda
Wangenz umuntu ungibona mna ngyakthanda
Uyakhumbula ngiqal' ukukbona
Nhliziyo yagcwal'
???
Kukhal' isginci sakho enhlizweni yami
Umasumamatheka ngivel' ng'zule
Ngibon' ubuhle bakho ikhand' lizule
Kodwa k'vele kuthi huu uma ng'cabanga ngthanda intombenhlekangaka
Sengicabangile bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu ungibona mna ngyakthanda
Wangenz umuntu ungibona mna ngyakthanda
Watch Video
About Isiginci
More MDUDUZI NCUBE Lyrics
Comments ( 0 )
No Comment yet
You May also Like
Get Afrika Lyrics Mobile App
About AfrikaLyrics
Follow Afrika Lyrics
© 2024, We Tell Africa Group Sarl