Umlilo Lyrics by DR MAVIBES

[CHORUS:  Brvdley]
Lomlilo uzunga wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga wothi wothi wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga wothi, wothi, wothi
Lomlilo uzunga wothi, wothi, wothi

[VERSE1: Danya]
Ngikwi traffic bayang’qalaza
Bayang’gogora
Press’ibutton vali fastela
Buka i-drip yami dali
Buka i-drip yami dali
Ifana nemvula may’ land kuthayela
Inkosi Yoshuni yathatha umbhaqanga
Yawphendula istayela
Mang’gfika entombini zing’phenyela ikeyti
Njengama fayela…yeah

Mina ngiy’lento engaphakathi
Wena uyidoshi lamentshisi
Bathi lesdwedwe usthathaphi
Khal’abafana e-Paris
After i-Lockdown mang’perfoma
i-rider iza nomakhenikha
Ngoba mang’qeda uk’perfomer
K’zonqamuka ofenisi
Ingoma zethu z’yalandelana kuma charts njengama nkinobho
Bangibuza ukuthi yini loy’phethengesandla?
Ngathi mina i-Hip Hop
Zonke izinsuku ng’zoconsa njalo mina k’yoze kukhale amacilongo
Udlala nami k’yomele ugade ngoba wena uzozwa ngeShibobo

[VERSE 2: Snymaan]
Siphethe umculo apha ekhaya siphethe iHip Hop
Siphethe uNkulunkulu macala silwa nemimooooya
Awu Fani Madida bhuti siyabadida
Sibavulela amarhoba oonondaba siyabadida!
Sizinyathela intloko zonke iinyoka siyazigqhiba
Sityhala sizinyathela amaxhoba siyawagqhitha
Iimpahla zinamaqhosha
Izitulo zinama soka
Sityhala sizinyathela amaxhoba siyawagqitha
Estudio ziyaqhola
Ambitiouz iyamosha
Sityhala sizinyathela amaxhoba siyawagqitha
Nge weekend si topper ama charts ingoma ziyalandelana
Thina asithandi uthetha i-AE team uzoyenzani?
Nge weekend si topper ama charts ingoma ziyalandelana
Thina asithandi uthetha i-AE team uzoyenzani?

[CHORUS: Brvdley]
Lomlilo uzunga wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga wothi wothi wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga wothi, wothi, wothi
Lomlilo uzunga wothi, wothi, wothi

[VERSE 3: Manny Yack]
Sengzoflexa ama biceps
Run the game buka i-triceps
Ngizwa kuthiwa bangfuna ngifile ingakho i-location i private
Mina ntwana ungangbhayizeli
Pull up manje ejaldini
Ngcel’iblekfasi kwinsayza
Nginhlukanise ngathi hyphen
Baby ungasabi Intwana Ipheth’iplan
Khohlwa Ilabafana
Upheth’ukant tholakala
Intwana efike nomswenko nestradi
Shunqisi okwempheph' iganja yeah
Kvuka abaphansiJy moet verstaan
Nkosi yam thethelela
Nabantu abantu bazophela
Buka babulawa umona
Mina ngizoqedela
Ngyabanyathela bayitebhisi
Stick game iwumentshisi
Ongane bayanginamthela
Senda imoji yepentshisi

[VERSE 5 : Ndu]
Sishaya ucothozo mfana phekwe beat engathi eya-orkanti
Waw’gcina nini ushuni othi mudlala ku-jayive ngisho isalukazi?
Kuthiwa Isoka Ilona eliphethe uJuice nonemenayidi
Drip yam inom’hlakatsi kanti lomfana ugeza ngani
Ama-hit asemaningi manje Ngathi sesine-surplus
Isoka eligadla nge beat ligadle nge hook at the same time
Ngifika entombini kumele kubemanzi ngathi ugadasi
Ababize i-Hollard, ngabo sobulala kwasani
Yeses, ngihamba ngiqoqa imendlela
Ngi-careless, Intombi angiyisheli ngiyayikhemesa
Mina Ngi-owner uyi-tenent
i-CEO eyi-mananger, ku-wallet wami zilele.

[CHORUS: Brvdley]
Lomlilo uzunga wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga wothi wothi wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga wothi, wothi, wothi
Lomlilo uzunga wothi, wothi, wothi

[OUTRO: Brvdley]
Look at my drip
Look at my kicks
Bheke nempilo, sey'shintjile, hhay' ng'yak'tjela
Said that I'm down, Huh?
I got a big crib, new stayela

Watch Video

About Umlilo

Album : Umlilo (Single)
Release Year : 2020
Added By : Farida
Published : Oct 16 , 2020

More DR MAVIBES Lyrics

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl