iNumber Lyrics by DR MAVIBES

Angilali ekhaya mina namhlanje
Mama cela ungangiphakeli
Ngizobuya kusasa noma ngo Monday
Mama cela ungangikwateli 

Angilali ekhaya mina namhlanje
Mama cela ungangiphakeli
Ngizobuya kusasa noma ngo Monday
Mama cela ungangikwateli 

Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 
Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 

Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 
Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 

Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi
Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi

Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi
Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi

Ngishisa bhe ngijulukile njoba ubona kumanzi phansi 
Nanku omunye esequleka please mutheleni ngamanzi
Angazi nokuthi ngisele namalini kwi account 
Sobona kusasa ekuseni, kwamanje impilo imnandi

Ngisegagasini ngihamba nolova abawu-2 neyingane eziwu-3
Kushuthi iphelele i-team kushuti u 50/50 sistrong i-scheme

Sobona ksasa ekseni , kwamanje impilo imnandi
Ngishisa bhe ngijulukile njoba ubona kumanzi phansi 
Nanku omunye esequleka please mutheleni ngamanzi
Angazi nokuthi ngisele namalini kwi account 
Sobona ksasa ekseni , kwamanje impilo imnandi

Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 
Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 

Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 
Lana kusha i-number 
Sivusa omakhelwane
Sivusa omakhelwane
Futhi thina asilali 

Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi
Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi

Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi
Sidla amanzi kagesi
Sekushubile sishaya lezi

Anglali ekhaya mina namhlanje
Mama cela ungangiphakeli
Ngizobuya kusasa noma ngo Monday
Mama cela ungangikwateli

Watch Video

About iNumber

Album : iNumber (Single)
Release Year : 2021
Copyright : (c) 2021 Ambitiouz Ent.
Added By : Huntyr Kelx
Published : Dec 17 , 2021

More DR MAVIBES Lyrics

DR MAVIBES

Comments ( 0 )

No Comment yet

About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2024, We Tell Africa Group Sarl