Ngiyesaba Lyrics by CHARACTER

Haa webakithi, haa webakithi
Waze wang'thanda
Umntwan' womuntu
Sengizwa ng'shawa uvalo
Sengathi lento
Iyophelela emoyeni
Iyophelela emoyeni

Aw' haa lophelela emoyeni
Aw' haa lophelela emoyeni
Aw' haa lophelela emoyeni
Aw' haa lophelela emoyeni

Aningitsheleni, ngenzenjani na
Aningitsheleni, ngenzenjani na
Oh ngiyesaba, ng'saba ukuba nawe
Oh ngiyesaba, ng'saba ukuba nawe

Ay' nith' ang'thini, mang'funa ukuguda amadolo
Kodwa kungcono, mang'shata sengathi ng'shayo ivosho
Ngoba ng'yasaba ukuz' bophezela kuwe
Askies ng'yasaba ukuz' bophezela kuwe

Ay' nith' ang'thini, mang'funa ukuguda amadolo
Kodwa kungcono, mang'shata sengathi ng'shayo ivosho
Ey' I-do or die, do or die, do or die
Kodwa ke I-do or die, do or die, do or die

Aw' haa lophelela emoyeni
Aw' haa lophelela emoyeni
Aw' haa lophelela emoyeni
Aw' haa lophelela emoyeni

Ay' nith' ang'thini, mang'funa ukuguda amadolo
Kodwa kungcono, mang'shata sengathi ng'shayo ivosho
Ngoba ng'yasaba ukuz' bophezela kuwe
Askies ng'yasaba ukuz' bophezela kuwe

Ay' nith' ang'thini, mang'funa ukuguda amadolo
Kodwa kungcono, mang'shata sengathi ng'shayo ivosho
Ey' I-do or die, do or die, do or die
Kodwa ke I-do or die, do or die, do or die

Ng'yavuma bak'dlale kakhulu
Futhi ng'yabona awusenathemba
Ng'cela uthembe ok'senhliziyweni yami
Ngoba ng'phethe uthando iwangempela

Ng'yavuma bak'dlale kakhulu
Futhi ng'yabona awusenathemba
Ng'cela uthembe ok'senhliziyweni yami
Ngoba ng'phethe uthando iwangempela

Intembeko iphelile 
Uthando ang'salwethembi
Sebeng'dlale kaningi

Aw' sebek'dlale kaningi
Nam futhi sebeng'dlale kaningi
That's why ng'shadi is'kasi ukuth ak'sana trust

Intembeko iphelile 
Uthando ang'salwethembi
Sebeng'dlale kaningi

Ngenzenjani naa
That's why ng'shadi is'kasi
Ukuth' ak'sana trust

Oh ngiyesaba, ng'saba ukuba nawe
Oh ngiyesaba, ng'saba ukuba nawe

Watch Video

About Ngiyesaba

Album : Ngiyesaba (Single)
Release Year : 2020
Added By : Afrika Lyrics
Published : Sep 28 , 2020

More CHARACTER Lyrics

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl