Uthando Lwangempela Lyrics by AZANA

Uthando lwangempela, luvus’umunt ebsuku
Uz’thol’usucabanga, ngezinto zakdala
Uthando lwangempela, likhiph’umunt’emnyameni
Luk’bek’ek’khanyen, solusuhlek’uwedwa ungabhemile
Thando lwangempela, umlil’ongacisheki
Bekuth’anihlukane, niphinde nibuyelane
Thando lwangempela, kunzima ukulithola
Uma usulutholile, kuman’uliqinise
Angeke ngikwaz’ukuphila ngaphandle kothando
Lijabulisa libuyise inhliziyo, nomankanjani siya liboph’ifindo
Angeke ngikwaz’ukuphila ngaphandle kothando
Lijabulisa libuyise inhliziyo, nomankanjani siya liboph’ifindo

Hela hela hela buyebuye
Hela hela buyebuye
Hela hela buyebuye
Uthando (uthando)
Uthando (uthando)

Uthando lwangempela ngiluthole kuwe sweetheart
Yimi nawe love asizu’kphazanyisha
Uthando lweqiniso nglazi ngawe
Mawngeke ung’khihl’esikaNandi maye
Uthando lwangempela ngiluthole kuwe sweetheart
Yimi nawe love asizu’kphazanyisha
Uthando lweqiniso nglazi ngawe
Mawngeke ung’khihl’esikaNandi maye
Uthando lwangempela luvus’umunt’ebsuku
Uz’tho’usucabanga ngezinto zakdala, uthando lwangempela
Lokhph’umunt’emnyameni
Luk’bek’ek’khanyeni solusuhlek’uwedwa ungabhemile
Thando lwangempela, umlil’ongacisheki
Bekuth’anihlulane, niphinde nibuyelane
Thando lwangempela, kunzim’ukulithola
Uma usulutholile, kuman’uliqinise
Angeke ngikwaz’ukuphila ngaphandle kothando
Lijabulisa libuyise inhliziyo, nomankanjani siya liboph’ifindo
Angeke ngikwaz’ukuphila ngaphandle kothando
Lijabulisa libuyise inhliziyo, nomankanjani siya liboph’ifindo

Hela hela hela buyebuye
Hela hela buyebuye
Hela hela buyebuye
Hela hela hela buyebuye
Hela hela buyebuye
Hela hela buyebuye
Uthando (uthando)
Uthando (uthando)

Watch Video

About Uthando Lwangempela

Album : Ingoma (Album)
Release Year : 2020
Added By : Farida
Published : Aug 26 , 2020

More AZANA Lyrics

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl