THE JOY Isencane Lengane  cover image

Isencane Lengane Lyrics

Isencane Lengane Lyrics by THE JOY


Umakoti ungowethu
Siyavuma
Usengowethu ngempela
Oh siyavuma
Uzosiwashel’asiphekele
Oh siyavuma, sithi yehee yehee
Siyavuma

Thina sinodumo
Udumo, glory!
Thina sinodumo
Thina sinodumo
Udumo, glory!
Thina sinodumo
Thina sinodumo
Udumo, glory!
Thina sinodumo

Akenibhek’udumo
Thina sinodumo
Akenibhek’udumo
Thina sinodumo
Akenibhek’udumo
Thina sinodumo
Akenibhek’udumo
Thina sinodumo

Aniboyilekelela
Ubani obengashad’emncane kangaka?  
Isencane lengane
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Aniboyilekelela
Ubani obengashad’emncane kangaka?  
Isencane lengane
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Aniboyilekelela
Ubani obengashad’emncane kangaka?  
Isencane lengane
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Aniboyilekelela
Ubani obengashad’emncane kangaka?  
Isencane lengane
Ubani obengashad’emncane kangaka?

Kulikhun’emendweni
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Kuyasind’emendweni
Ubani obengashsd’emncane kangaka?  
Kuding’ubekezele
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Isencane lengane
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Aniboyilekelela
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Isencane lengane
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Kulikhuni emendweni –
Isencane isazokhula
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Isencane isazokhula
Isencane lengane
Ubani obengashad’emncane kangaka?
Isencane isazokhula

Watch Video

About Isencane Lengane

Album : Isencane Lengane (Single)
Release Year : 2021
Added By : Farida
Published : Jun 01 , 2021

More THE JOY Lyrics

THE JOY

Comments ( 0 )

No Comment yet



About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2024, We Tell Africa Group Sarl