S'VILLA Imali Yam cover image

Imali Yam Lyrics

Imali Yam Lyrics by S'VILLA


Awu we sbal'uyang'kolota
Ng'fun'imali yam we ndoda
Sbal'uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal' uyang'kolota
Ng'fun' imali yam we ndoda
Sbal' uyangkolota
(Ng'fun' isheke lam we ndoda)
Awu we sbal'uyang'kolota
Ng'fun'imali yam we ndoda
Sbal'uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal' uyang'kolota
Ng'fun' imali yam we ndoda
Sbal' uyangkolota
(Ng'fun' isheke lam we ndoda)

Ngizwa bath'utheng'umuz'omusha
Ngizwa bath'uthenge ne-iphone entsha
Bath'uphuz' utshwal'obubizayo
Mjita kodwa lento oyenzay'ibizwani?
Sekukaningi kaningi kaningi
(Ng'fun' imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Ng'fun' imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)

Awu we sbal'uyang'kolota
Ng'fun' imali yam we ndoda
Sbal' uyangkolota
(Sekukdala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal' uyang'kolota
Ng'fun' imali yam we ndoda
Sbal' uyangkolota
(Ng'fun' isheke lam we ndoda)
Awu we sbal'uyang'kolota
Ng'fun'imali yam we ndoda
Sbal'uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal' uyang'kolota
Ng'fun' imali yam we ndoda
Sbal' uyangkolota
(Ng'fun' isheke lam we ndoda)

Aw qoqo-qoqo, ngicel'uvule uphume s'khulume
Qoqo-qoqo, bhut' angilwi ng'fun'into yam yok'thenga
Aw qoqo-qoqo, ngicel'uvule upheme s'khulume
Qoqo-qoqo, bhut' angilwi ng'fun'into yam yok'thenga

Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Ng'fun'imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Ng'fun' imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)

Awu we sbal'uyang'kolota
Ng'fun'imali yam we ndoda
Sbal' uyangkolota
(Sekukdala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal'uyang'kolota
Ng'fun'imali yam we ndoda
Sbal'uyangkolota
(Ng'fun' isheke lam we ndoda)
Awu we sbal'uyang'kolota
Ng'fun'imali yam we ndoda
Sbal'uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal' uyang'kolota
Ng'fun' imali yam we ndoda
Sbal' uyangkolota
(Ng'fun' isheke lam we ndoda)

Watch Video

About Imali Yam

Album : Imali Yam (Single)
Release Year : 2021
Added By : Farida
Published : Feb 26 , 2021

More S'VILLA Lyrics

S'VILLA
S'VILLA

Comments ( 0 )

No Comment yet



About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2024, We Tell Africa Group Sarl