Paroles de Umama
Paroles de Umama Par SJAVA
[CHORUS]
Sebeth’ indod' endala kangaka ikhalel'
uMa wayo hhawu bafethu ngeke ni understand
Ndoda endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hhawu bafethu ngeke ni understand
[VERSE 1]
Yojabula mang'file
Athi uShembe uyaphila
Kule ngozi zomgwaqo mntanami ngyajabula ufike usaphila
Beki' khwama leMsamu
Landi mpepho kaGogo erondweni
Ngiphahle ngikhulume nabadala ngibatshele usemagcekeni
Mvul' iyana emkhaya , sesiphelile amakhaza
Mawubuy' eGoli ngicela ungiphathele iheater
Ngoba ngempela uzong’ ngcwaba
Yaz uMa , avunamahlaya
Ngeke ushone ngisak’thanda
Kuyoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona Ma'wami mangishada
Ngoba uyokwazi ukungibonisa mase zingibuyela emshadweni
Ngoba uyokwazi ukungiduduza mase zingibuyela emshadweni
Angsakhoni, angsakhoni, angsakhoni
Ngikhumbul’ Ma
Angsakhoni, angsakhoni, angsakhoni
Ngikhumbul’ Ma
[CHORUS]
Sebeth’ indod' endala kangaka ikhalel'
uMa wayo hhawu bafethu ngeke ni understand
Ndoda endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hhawu bafethu ngeke ni understand
[VERSE 2]
Into engiyithanda ngekhaya , ukuthi ekhaya akungwenwa ngemali
(Ngemali , yeah yeah)
Noma ngingasebeni uMama ungithanda ngingenani
(Ungithanda ngingenalutho)
Noma umhlaba ungang' shaya uzong' thulisa athi mntanami ungakhali
(Ungakhali)
Ubukeka ukhathale awuthi ngilande ukudla baba hlala phansi
(Hlala phansi)
Angsakhoni, angsakhoni, angsakhoni
Ngikhumbul’ Ma
Angsakhoni, angsakhoni, angsakhoni
Ngikhumbul’ Ma
[CHORUS]
Sebeth’ indod' endala kangaka ikhalel'
uMa wayo hhawu bafethu ngeke ni understand
Ndoda endala kangaka ikhalel' uMa wayo
Hhawu bafethu ngeke ni understand
Ecouter
A Propos de "Umama"
Plus de Lyrics de SJAVA
Commentaires ( 0 )
Aucun commentaire pour l'instant
Vous aimeriez sûrement
Essayez l'application Mobile
A propos de AfrikaLyrics
Suivre Afrika Lyrics
© 2025, We Tell Africa Group Sarl