
Paroles de Bhala Mabhalane
Paroles de Bhala Mabhalane Par SBAHLE
Ngabe uzongbiza na
Mhla ulanda iBandla lakho emhlabeni
Ngabe uzongizwa nam
Mhla ulanda iBandla lakho labangcwele
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Ngibe khona naaaaaammm)
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Ngibe khona naaaaaammm)
Ngibe khona nami
Ngibe khona nam
Uyehheni oh
Ngibe khona nami
Ngibe khona nam
Nom’ izimo zingehlul’ empilweni
(Ngibe khona nami)
Noma kwesinda kwehlela emhlabeni
(Ngibe khona nami)
Cel ungikhanyisele Baba namkwiyndlela zami
Cel ung’hawukele Baba
(Cel ung’hawukele Baba)
Cel ungilamulele Baba nakwizithia zami
Cel ung’ lamulele Baba
(Cel ung’ lamulele Baba)
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Ngibe khona naaaaaammm)
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Ngibe khona naaaaaammm)
Ngibe khona nami
Ngibe khona nam
Uyehheni oh
Ngibe khona nami
Ngibe khona nam
Bamb’ isandla sami Mdali
(Ahhh ahhhhmi)
Noma ngihamb’ ogwadule
indlela zami zimnyama
Wen uyang’phakamisa
bengicindezela
Baba uhlale unami
Wen’ uyang’ phakamisa
bengimonazela
Wena uhlala ukhona
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Ngibe khona naaaaaammm)
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Ngibe khona naaaaaammm)
Ngibe khona nami
Ngibe khona nam
Uyehheni oh
Ngibe khona nami
Ngibe khona nam
Ngabe uzongbiza na
Mhla ulanda iBandla lakho emhlabeni
Ngabe uzongizwa nam
Mhla ulanda iBandla lakho labangcwele
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami)
Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami
(Bhala mabhalane uzungibhalane uzungibhale nami)
Ecouter
A Propos de "Bhala Mabhalane"
Plus de Lyrics de SBAHLE
Commentaires ( 0 )
Aucun commentaire pour l'instant
Vous aimeriez sûrement
Essayez l'application Mobile
A propos de AfrikaLyrics
Suivre Afrika Lyrics
© 2025, We Tell Africa Group Sarl