
Paroles de Mpumelelo
...
Paroles de Mpumelelo Par DLALA THUKZIN
Ang’sababoni
Ang’sababoni
Ang’sababoni
Ang’sababoni
Ang’sababoni Bebekuphi Bebetheni
Ang’sababoni Bebekuphi Bebetheni
Ang’sababoni Bebekuphi Bebetheni
Ang’sababoni Bebekuphi Bebetheni
Ang’sababoni
Luphi kanti uthando lwabo
Ng’zocela ningivumele
Nami ngiphumelele yebo
Ang’sababoni
Luphi kanti uthando lwabo
Ng’zocela ningivumele
Nami ngiphumelele yebo
Oh ng’size baba wami
Mpumelelo iyang’balekela
Banosizo laba kodwa
Sebehlala bengbalekela
Oh ng’size baba wami
Ay ung’size baba wami
Oh ng’size baba wami
Mpumelelo iyang’balekela
Bangivumile ngiBlind impela
Inkinga umona bayasaba
Ngoba njalo mangivuya bayavala
Mina njalo mangivula bayavala yebo
Ngoba ngigcina seng’hleli ngedwa
Bangivumile ngiBlind impela
Inkinga umona bayasaba
Ngoba njalo mangivuya bayavala
Mina njalo mangivula bayavala yebo
Kuba mnyama kakhulu
Uma sek’zosa akusho mina
Kush’ isisho sabadala ababey’bonile lendaba
Bekezela kuzolunga
Oh bekezela kuzolunga
Kuba mnyama kakhulu
Uma sek’zosa akusho mina
Kush’ isisho sabadala ababey’bonile lendaba
Bekezela kuzolunga
Oh bekezela kuzolunga
Iyenyukela lendlela
Indlel’ eya kaMpumelelo
Bekezela kuzolunga
Oh bekezela kuzolunga
Bekezela kuzolunga
Iyenyukela lendlela
Indlel’ eya kaMpumelelo
Bekezela kuzolunga
Oh bekezela kuzolunga
Bekezela kuzolunga
Ang’sababoni
Luphi kanti uthando lwabo
Ng’zocela ningivumele
Nami ngiphumelele yebo
Ang’sababoni
Luphi kanti uthando lwabo
Ng’zocela ningivumele
Nami ngiphumelele yebo
Oh ng’size baba wami
Mpumelelo iyang’balekela
Banosizo laba kodwa
Sebehlala bengbalekela
Oh ng’size baba wami
Ay ung’size baba wami
Ecouter
A Propos de "Mpumelelo"
Plus de Lyrics de DLALA THUKZIN
Commentaires ( 0 )
Aucun commentaire pour l'instant
Essayez l'application Mobile
A propos de AfrikaLyrics
Suivre Afrika Lyrics
© 2025, We Tell Africa Group Sarl