DR TUMI Akekho cover image

Akekho Lyrics

Akekho Lyrics by DR TUMI


Unothando, unomusa, uyalalela, aphendule
Uyangithanda, uyangivikela, uyangihola, endleleni
Angikaze ngimbone onje ngawe nkosi yam’
Angikaze ngimbone onje ngawe nkosi yam’

Ngiphephile, ngisindile, ekufeni ngenxa yakho
Manje ngiyakholwa, ukuthi wangifela esiphambanweni ngiyabonga
Angikaze ngimbone onje ngawe nkosi yam’
Angikaze ngimbone onje ngawe nkosi yam’

Wethembekile, awushintshi wena ulungile
Awufani nabantu, mananjajo nkosi yezulu
Wethembekile, awushintshi wena ulungile
Awufani nabantu, mananjajo nkosi yezulu

Otshepegile, gaofetoge wena o lokile
Ga o Tshwane lebatho, dula jwalo kgosi ya rena
Otshepegile, gaofetoge wena o lokile
Ga o Tshwane lebatho, dula jwalo kgosi ya rena

Lord you are faithful, you never change
Oh God you are so kind
You are not like man; you remain the same king of glory
There’s none, there’s none
There’s none like you oh Lord
Could search all over, all over
There’s none like you oh Lord

Akekho, akekho akekho onje ngawe
Angimbonanga angimbonanga akekho onje ngawe
Wethembekile awushintshi wena ulungile
Awufani nabantu, mananjalo nkosi yezulu
Wethembekile awushintshi wena ulungile
Awufani nabantu, mananjalo nkosi yezulu
Wethembekile awushintshi wena ulungile
Awufani nabantu, mananjalo nkosi yezulu

Akekho, akekho akekho onje ngawe
Could search all over, all over
There’s none like you oh Lord
There’s none
There’s none like you Lord
There’s none like you oh Lord
We could search all over, search all over
There’s none like you oh Lord

Wethembekile awushintshi wena ulungile
Awufani nabantu, mananjalo nkosi yezulu
Akekho, akekho akekho

Watch Video


About Akekho

Album : Akekho (Single)
Release Year : 2022
Added By : Farida
Published : Apr 05 , 2022

More DR TUMI Lyrics

Comments ( 0 )

No Comment yet



About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2022, We Tell Africa Group Sarl