Dlala Lyrics
Dlala Lyrics by ANZO
Bak'bona umpunga nje usugugile
Washwabana bacath' abantu ukhubazekile
Bathi for ukunyakaza ukhulile
This is for ababethi awusophinde nje ujike
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Ayy! Bacathi wena ungawa kalula kanje
Abazi ukuthi from k'dala ubulala nge dance
Bacathi wena umdala kakhulu for i-dance
Kanti akuyi ngemnyaka la baba, kukhulum' izenzo
Maybe bathi ningotamatisi njengabo
Kanti cha nikhule nihlakula amasimu neyigadi
You had to learn ukuqwala intaba useyingane
Kulaba kuyehla mak'mele aqale k'thiwa useyingane
Ukuqina kwemzimba nje angeke kulingane
Amasotsha emzimba awalobolene awuyena umlingani
Ukufika kulel' zinga nje akuyon' inkinga
Inkinga nicathi indlela yethu youkuphila iyona inkinga
Bathi esenu sindlulile manje iskhathi sabo
Kodwa ngibona bebhizi balokhu bachitha iskhathi sabo
Bazam' ukukzwela mawuthi azithathane
Ngicel' ungabanaki wena enjoy iskhathi sakho
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Ayy! Ingane imangazwa ukuthi uya mover
Ziyathuka mawushona phansi zicathi uzophuka
Azazi ukuthi nasokhalweni u-loose
Zik'fihlela iRedbul cathi iphika lizovuka
Ungaphuka njani ujaivela uMiriam Makeba?
Ungakhathala njani unyakazela uHugh Masekela?
Ungaguga njani for uLucky Dube uyabheda
Uqina njani ulalela abantu abafana no Brenda
Ngiyamangala ngizwa kuthulekile
Ngengane ecabanga ukuthi waguga sowuyisehluleki
Nam' angazi iyoze ifikephi lento
Yokwenza engathi waguga empilweni sowuyimpelesi
Aniyek' abantu abadala bezidlel' i-life
Ukuthiumdala akusho ukuthi kumele uhlezi u-serious
Yebo ukhulile but akusho ukuthi
Ngeke ukwazi ukunyakaza ubonise
Intsha ukuthi la kuwe igcwele i-life
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Dlala ntombendala, dlala
Dlala nsizwendala, dlala
Watch Video
About Dlala
More ANZO Lyrics
Comments ( 0 )
No Comment yet
You May also Like
Get Afrika Lyrics Mobile App
About AfrikaLyrics
Follow Afrika Lyrics
© 2024, We Tell Africa Group Sarl