Uhuru Lyrics by SUN-EL MUSICIAN

Oh, bheku umunt'omnyama
Ukhangeza izandla
Indlela ayinakukhanya
Zinkinga zakhe azipheli
Ubhek'msebenzi
'mathuba akaveli

Incindezelelo
Incindezelelo

Kuyoba nini sihlupheka
Zingane zethu ziyaswela
Not yet Uhuru
Not yet Uhuru
Kuyoba nini sihlupheka
Zingane zethu ziyaswela
Not yet Uhuru
Not yet Uhuru

Oh, bheku umunt'omnyama
Ukhangeza izandla
Indlela ayinakukhanya
Yen' uthembele komunye
Ukuba amuphathe
Amphathise okwesikhwama

Incindezelelo
Niyabukisa ngathi kwamanye amazwe
Incindezelelo
Sazikhohlwa ukuba singobani thina

Kuyoba nini sihlupheka
Zingane zethu ziyaswela
Not yet Uhuru
Not yet Uhuru
Kuyoba nini sihlupheka
Zingane zethu ziyaswela
Not yet Uhuru
Not yet Uhuru

 

Watch Video

About Uhuru

Album : Uhuru (Single)
Release Year : 2020
Copyright : (c) 2020, EL World Music
Added By : Afrika Lyrics
Published : Aug 16 , 2020

More SUN-EL MUSICIAN Lyrics

SUN-EL MUSICIAN
SUN-EL MUSICIAN

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl