Luhle Ngani Lyrics
Luhle Ngani Lyrics by SJAVA
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
Ngaphandle uyibhodw'edlela bonk'abasweleyo
Mina mbulawa yindlala
Kwabany'uwumthombo mthombo
Mina mbulawa wukoma
Abawuval'umlomo bebabaz'moya wakho bethuyingilosi
Kodwa kim'uyis'hogo
Malini lothando lwakho ngivele ngil'khokhele
Ngoba ng'yabona Ukung'thand..
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
Kungani ung'fihlel'uthando lwakho?
Ngcel'uluveze
Ingabe kungani ung'fihlel'imizwa yakho?
Ngcel'uyiveze
Uhamb'uhlakula amasimu amany'amadoda
Eyakh'igcwelukhula
Iyaneth'indl'....
Uhamb'ufulel'eyinyi mizi...
Iyaneth'indl'...
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
Watch Video
About Luhle Ngani
More SJAVA Lyrics
Comments ( 0 )
No Comment yet
Get Afrika Lyrics Mobile App
About AfrikaLyrics
Follow Afrika Lyrics
© 2024, We Tell Africa Group Sarl