uHulumeni Lyrics by MISS PRU DJ

Masingena enkundlen abafana 
Bakhala ngoshwele
Bathi bayede
Sokhathama kuwe kuyoze kuvulwe 
Amasango asephalamende
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni

Masingena enkundlen abafana 
Bakhala ngoshwele
Bathi bayede
Sokhathama kuwe kuyoze kuvulwe 
Amasango asephalamende
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni

Private client mang’se-bank 
No credit card ng’deal(a) ngo-cash 
On the highway nginyathela I-benz 
Intombi yakh’umakhwapheni wami njenge- purse

iDiamane i-ghost wemadoda 
Nasibuka nje siginq’amadoda 
Ng’sakhula beng’lusa izimbuzi 
Now I’m a GOAT wemadoda

Wenganami usushaywa I-mileage 
i-hit lah kuwe isiyaba I-past tense 
On the charts yithi es-cause i-damage 
Umang’dlula bathi “ah gah demedi”

Masith’umuthi asish’i-codiene
Yithi abalaphi be-Covid(i) 
Yithi omangen’uphenduk’imomishi 
Oh abanyuse amasokisi 
ngoba kuyacac’phumile efomini 
S’the mas’dwadla sibathola belele 
Kwaqhum’ushuni baze bacel’ushwele 
Abangazi laba bezwa amahemhem

[Malome Vector]
Haba le bitsa le bitso 
Laka ke kene ke matha (Ke kene ke matha e)
E chorile theko ea lerumo 
Ke dutse ke hlaba (Ke dutse ke hlaba e)

Hake fihla mo I dropped Dumelang 
And they need some more
It was a teaser though
ke malakabe kea chesa now (Kea chesa now)

Ho nchansa ho tsoana leho becha lotto
You will never win ekaba ka phoso
Ke kene fela ba ikentse li bosso
Ke forexa game market u losso

Haba le bitsa le bitso 
Laka ke kene ke matha (Ke kene ke matha e)
E chorile theko ea lerumo 
Ke dutse ke hlaba (Ke dutse ke hlaba e)

[Fakaloice]
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni

[Manny Yack]
(Mengifika) 
Kuyonyiwa amacala uyobona isimanga
(Mengifika)
Bayophathwa amakhanda kubaleke amagwala

Ngikhipha umlenze, ngiqgoke iskhindi
Siyanibuka nje nishaya eceleni
Le-game siythole iyitshitshi
Bafana ni-weak

Beningeke nilunge langphuma
And i-style senu siyafana i-uniform
Sebengixina kakhulu, ngicima ifoni
Uzong' test kanjani uyisdomu

So ngiyekeleni ngiyekeleni
Magwane mbulele, mbulele
Ngyekeleni ngyekeleni
Lento engiyiphethe ngayincel’ebeleni
Ma-comrade bopha

Aint no lie lana ngizele ukuzogoqa
Ngiphethe ithulszi war ready ngiyisosha
Iqembhu lakho silidlis' okwe grosa
Sesiphelile ke iskhath' sabo takalani
Mele ulale ejimini muzodlala nami
Mele ugqhume, uphalaze, uphahle sani
Gambo buza e-North Coast bazoktshela ngami
Tshela ngami weh

[Danya]
Ngena e-suburbs ngathatha u-cheese girl 
Ngamfaka iphinifa (Oh ah woooh)
Mase’ngperfoma ano ikhandlela i-flashlight 
Aniboyicisha (Oh ah woooh)

Iphimbo lami selidinga ibudget 
Selidinga ama-metre (Oh ah woooh)
Kwi Dumelang kwi Price to Pay 
Beng’sa practice (Oh ah woooh)

Ow i-vocab ephuma klo mlomo 
Imixture yeSibaya no Zalo
Mihla ngemihla i-drip yami iyaxoxa 
Eyakho ikhiluma umsangano

Oh kunini besvalela imnyango 
Thina we baze bashude
Ow kodwa saphuma kuvaliwe we 
Njenge nyembezi zempumputhe

Khona abo obhuti engibazi ngedwa 
Bathi lesound eyabo kwanjani njani
Mina ngisindwa indebe bona 
Basindwa yi-pressure yedayimane

Khona abo obhuti engibazi ngedwa 
Bathi lesound eyabo kwanjani njani
Mina ngisindwa indebe bona 
Basindwa yi-pressure yedayimane

[Fakaloice]
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni

Masingen’enkundlen 
Abafana bakhala ngoshwele
Bathi bayede
Sokhathame kuwe kuyoze kuvulwe 
Amasango asephalamende

Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni, Yith’oHulumeni

Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni
Yith’oHulumeni

(Ambitiouz)

Watch Video

About uHulumeni

Album : uHulumeni (Single)
Release Year : 2020
Copyright : (c) 2020 Ambitiouz Entertainment
Added By : Huntyr Kelx
Published : Aug 29 , 2020

More MISS PRU DJ Lyrics

MISS PRU DJ
MISS PRU DJ
MISS PRU DJ

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl