Paroles de Khuluma Ndonda
Paroles de Khuluma Ndonda Par ZAMO COFI
Emaxesheni apho khon'usizi
Luka alwehlanga lungehlanga, zuuu
Uubeenathi Nkosi zuuubeenathi
Zuuuubeenathu, Nkosi zuuubeenathi
Baba wethu osemazulwini
Malincweliswe igama lakho, um'buso wakho mawufike
Um'buso wakho mawufike
Intando yakho mayenziwe njengoba yenziwa nasema zulwini
Hawukela umoya wakhe umzimba usuphelile
Asamkel' isimo kuz'umoya wakhe usinde
Sekuyisona iskhath sokphum enyameni singenen' emoyeni
Ngoba enyameni kunemthetho yokphila
Kanti emoyeni ukphila kungumthetho
Kulendaba ke asikh isphetho Mfo ka Mthwazi
Ngoba ksasa ku ngasa kuw wena ngsale ngizbuz' ukuthi kanjani
Kanjan ngoba konke beku kuhle
Ubungakhulumi ngani? Ngisho nami ngifa
Ngaphakathi ngingakhulumi ngoba amaciko ayafa incindezi
Uthule umongameli akaboni nokuth le Covid
Inomthelela Nkosi bhal'nkondlo
Zubeeenathi ngamaxeesha anzimaaaha
Zubeeenathi....
Zubeeenathi nkosi kulamaaxesha anzima
Sehl isambulo ekazi maklimel isizwe kangaka
Umnden ubhekene nabuph ub'hlungu
Islilo eynkundlen zokwe xhumana abanye bajik'emlom
Eni wengwenya basizwa uvalo besab ukuz
Khunga ngentambo abanye basizwa ukuzbulala
Ngoba bebezo phenduk ihlaya emphakathini
Ngoba sinjalo thina
Indoda maykhala siyphundul inhlenkisa
La ko Facebook ngenhloso yokthol ama Likes
Mesithule sith'ibinga khulumi ngani sisho
Si zenza ngcono ok'hlula amadoda kuyabikwa
Syahlulek'uk khuluma
Ziyaf'iynsizwa la nga phandle
Lenkondlo eyaba zukulu nesi zukulwane
Sabazukulu bami bakithi kuthi noma seku
Mnyam enzweni abokhuluma mabezw
Ukuth amagam awasa finyelel emlonyeni abo quqa
Nge dolo phansi
(Phindu bhale futhi cofi ngabese ngyabhala)
This land is still your home
This land is still your home
Zubeenathi nkosi kulama xesh anzima
Zubeenathi nkosi kulama xesh anzima
Ecouter
A Propos de "Khuluma Ndonda "
Plus de Lyrics de ZAMO COFI
Commentaires ( 0 )
Aucun commentaire pour l'instant
Vous aimeriez sûrement
Essayez l'application Mobile
A propos de AfrikaLyrics
Suivre Afrika Lyrics
© 2024, We Tell Africa Group Sarl