
Paroles de Lonke
Paroles de Lonke Par MDUDUZI NCUBE
Ngitshele konke ngawe, wena wahluluthando lwami
Nginike lonke lonke uthando lwakho
Wena wahlula uthando lwami
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ungibona ngihlale ngincumile
Ngihlale ngicinga ngawe
Ngihlale ngijabulile ukuba uyisthandwa sami
Ungibona ngihlale ngincumile
Ngihlale ngicinga ngawe
Ngihlale ngijabulile ukuba uyisthandwa sami
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Mmmh shuni wenkabi
Ndoni yamanzi thins sohlukwaniswa ukufa
Asikhohlwe ntezomhlaba mntanomuntu akukho lula
Okwami okwakho uthando yebo lunamaphupho
Bambi nhliziyo yami sitheza konke okwamajuba
Langiphuma khona bathi ishelwa ngamanga
Cha ngiyaphika intombi uyiqoma ngamanga
Kholwa shwele kophela ekuseni makungeya manga
Liphila ngaphakathi nhliziyo yami nguwe namandla
Mntanomuntu buhle bomhlaba bubuzwa kuwe
Igawulwelezizweni leyonduku enhle ibonwa kuwe
Sphalaphala ilanga liphuma libukwe kuwe
Inqondo ingalahleka nhliziyo yami yotholwa kuwe
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ungibona ngihlale ngincumile
Ngihlale ngicinga ngawe
Ngihlale ngijabulile ukuba uyisthandwa sami
Ungibona ngihlale ngincumile
Ngihlale ngicinga ngawe
Ngihlale ngijabulile ukuba uyisthandwa sami
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Sekukaningi ngihamba indima yothando
Kodwa azange ngambona ofana nawe
Ngoba wena yazi ukuba ungishaya ngaphakathi
Ngivele ngizule ngimamatheke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ungibona ngihlale ngincumile
Ngihlale ngicinga ngawe
Ngihlale ngijabulile ukuba uyisthandwa sami
Ungibona ngihlalr ngincumile
Ngihlale ngicinga ngawe
Ngihlale ngijabulile ukuba uyisthandwa sami
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ngoba wenu thandiwe la
Futhi kimi ukhethiwe la
Thatha naluthando lwami lwami lonke
Ecouter
A Propos de "Lonke "
Plus de Lyrics de MDUDUZI NCUBE
Commentaires ( 0 )
Aucun commentaire pour l'instant
Vous aimeriez sûrement
Essayez l'application Mobile
A propos de AfrikaLyrics
Suivre Afrika Lyrics
© 2025, We Tell Africa Group Sarl