Woza My Love Lyrics by BLAQ DIAMOND

Heal my heart and touch my soul 
Ngvele ng’shawe luvalo 
Wangithanda ngingenanto 
Ngelosi yami yok’phila 
Cel’uhlale nami 

Uthando lami dali 
Lubanzi lujulile 
Ngiifis’uk’chitha insuku zok’phila nawe 
Ithemba lami dali liyophelela kuwe 
Injabulo yansuku zonke my sweet darling 

Sthandwasami 
Woza my love 
Woza my love 
Bambo lami 
Woza my love 
Woza love 
Sthandwasami 
Woza my love 
Woza my love 
Bambo lami 
Woza my love 
Woza love 

Seng’hambe ama kilometer mina 
Senghambe amaKilometer mina 
Eb’sika beng’zula ng’funa wena 
Phela wena uyimfudumalo yami yemnyaka

Imizwa yami iyakhuluma masbukana 
Ivele ithi dali sondela ngithi manqa 
Ufik’empilweni yami ilanga lisahwalala 
Bukamanje sek’yakhanya kuyaqhakaza 

Oh we adali
Mamela inhliziyo yami 
Dali ngoba ang’nawo amaningi 
Lalela inhliziyo yami 
Dali ngoba anginawo amaningi

Ang’nawo amaningi nje 
Ang’nawo maningi 
Ang’nawo amaningi nje 
Ang’nawo amaningi 

Uthando lami dali 
Lubanzi lujulile 
Ngiifis’uk’chitha insuku zok’phila nawe 
Ithemba lami dali liyophelela kuwe 
Injabulo yansuku zonke my sweet darling 

Sthandwasami 
Woza my love 
Woza my love 
Bambo lami 
Woza my love 
Woza love 
Sthandwasami 
Woza my love 
Woza my love 
Bambo lami 
Woza my love 
Woza love 

Watch Video

About Woza My Love

Album : Woza My Love (Single)
Release Year : 2020
Copyright : (c) 2020 Ambitiouz
Added By : Huntyr Kelx
Published : Sep 02 , 2020

More BLAQ DIAMOND Lyrics

BLAQ DIAMOND
BLAQ DIAMOND

Comments ( 0 )

No Comment yet

See also



You May also Like



Get Afrika Lyrics Mobile App

About AfrikaLyrics 

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2020, New Africa Media Sarl