Putsununu Lyrics by MDUDUZI NCUBE


Konke engikudingayo kuwe kuphelele
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle
Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena
Kanti nothando lwami uhlale lubusa ngawe
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye
Cthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Cthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle

Cthandwa sami, yazi mawungekho eduze kwami ngiyaphambana
Ngoba uthando lwakho luhlala luhlezi njalo
Noma nini cthandwa ubusuku nemini oh yeah
Ngitshela abazondi babuka lesimo mina ngikhethe wena
Ngifune zitori uthando luyaphila xa useduze kwami
Darling wami ngiyakutshela loluthando olwamampela
Awuu, noma nini ngingakufela
Awuu, ngikuthanda okwamampela
Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena
Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunge
Cthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Cthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle

Papa puni, my love is so big for you
You making my mind go spinning for you
You making my heart go pupupu
My love is really for you
Ungivale amenhlo angiboni omunye ngaphandle kwakho
Mami ngifuna wena wedwa
Ngifuna wena wedwa cthandwa
Ngifuna wena wedwa

Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena
Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye
Cthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Cthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle

Watch Video

About Putsununu

Album : Istimela (Album)
Release Year : 2021
Added By : Farida
Published : Mar 05 , 2021

More MDUDUZI NCUBE Lyrics

MDUDUZI NCUBE
MDUDUZI NCUBE
MDUDUZI NCUBE
MDUDUZI NCUBE

Comments ( 0 )

No Comment yet



About AfrikaLyrics

Afrika Lyrics is the most diverse collection of African song lyrics and translations. Afrika Lyrics provides music lyrics from over 30 African countries and lyrics translations from over 10 African Languages into English and French

Follow Afrika Lyrics

© 2024, We Tell Africa Group Sarl